Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 9:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Wahlaba inkunzi nenqama njengomnikelo wokubonga wabantu; amadodana ka-Aroni amnika igazi, walifafaza e-altare nxazonke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Wahlaba inkunzi nenqama, zibe ngumhlatshelo weminikelo yokuthula ongowabantu; amadodana ka-Aroni aletha kuye igazi owafafaza ngalo i-altare nxazonke,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Wahlaba inkunzi nenqama kwaba yimihlatshelo yokuthula ongowabantu; amadodana akhe aletha igazi, walifafaza nxazonke e-althare,

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 9:18
7 Referans Kwoze  

esenze ukuthula ngegazi lesiphambano sakhe, abuyisane ngayo zonke izinto; ngaye, noma kungokusemhlabeni, noma okusezulwini.


Ngakho lokhu sesilungisisiwe ngokukholwa, sinokuthula kuNkulunkulu ngeNkosi yethu uJesu Kristu;


Ngokuba uma, siseyizitha, sabuyisana noNkulunkulu ngokufa kweNdodana yakhe, kakhulu siyakusindiswa ngokuphila kwayo sesitholile ukubuyisana.


Amadodana ka-Aroni aletha igazi kuye, wagcobhoza umunwe wakhe egazini, walifafaza ezimpondweni ze-altare, walithulula igazi ngasesinqeni se-altare.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite