Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 8:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 Njengokwenza kwakhe lamuhla, njalo iN kosi yalaya ukuthi kwenziwe ukulenenzele ukubuyisana.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 UJehova uyalile ukuba kwenziwe njengalokho kwenziwe namuhla, ukuze nenzelwe ukubuyisana.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

34 USimakade uyalile ukuba kwenziwe njengalokhu kwenziwe namuhla, ukuze nenzelwe ukubuyisana.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 8:34
5 Referans Kwoze  

ongadingi insuku ngensuku njengabapristi abakhulu ukuthi anikele imihlatshelo kuqala ngezakhe izono, andukuba ezezabantu;


Ongenziwanga ngokomthetho womyalo wenyama, kodwa ngokwamandla okuphila okungenasiphelo.


Aniyikuphuma emnyango wetende lokuhlangana izinsuku eziyisikhombisa, zize ziphele izinsuku zokungcweliswa kwenu; izinsuku eziyisikhombisa uyakukungcwelisa.


Ngakho anohlala imini nobusuku izinsuku eziyisikhombisa ngasemnyango wetende lokuhlangana, nigcine inkonzo kaJehova, ukuze ningafi; ngokuba umyalo wami wanikwa kanjalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite