Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 7:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Njengomnikelo wesono, unjalo umnikelo wecala: munye umthetho wawo: umpristi owenza ukubuyisana ngawo uyakuba nawo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 “ ‘Umnikelo wecala unjengomnikelo wesono; umthetho wawo munye; umpristi owenza ukubuyisana ngawo woba ngowakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 “ ‘Uma kwenziwa umnikelo wesono njengomnikelo wecala kuyolandelwa indlela yomthetho efanayo; umphristi owenza ukubuyisana ngawo kuyoba ngowakhe.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 7:7
11 Referans Kwoze  

Anazi yini ukuthi abakhonza izinto ezingcwele badla okwethempeli na? nabakhonza e-altare bahlanganyela ne-altare na?


Kumelwe ahlabe iwundlu endaweni lapho ohlatshelwa khona umnikelo wesono nomnikelo wokushiswa, endlini engcwele; ngokuba njengomnikelo wesono ungowompristi, unjalo nomnikelo wecala; ungcwelengcwele.


Bhekani u-Israyeli ngokwenyama; abadla imihlatshelo abahlanganyeli ne-altare na?


Akumelwe kuphekwe ngemvubelo. Ngabanika yona njengesabelo sabo seminikelo yami yomlilo; ungcwelengcwele njengomnikelo wesono nomnikelo wecala.


Umpristi onikela ngomnikelo wokushiswa womuntu, isikhumba somnikelo wokushiswa anikele ngawo umpristi siyakuba ngesakhe.


Imali yesikweletu nemali yesono akuzange kulethwe endlini kaJehova; kwakungabapristi.


Okuseleyo komnikelo womlilo kuyakuba ngokuka-Aroni namadodana akhe; kuyingcwelengcwele yeminikelo yomlilo kaJehova.


Okusele emnikelweni womlilo kumelwe kube ngokuka-Aroni namadodana akhe; kuyingcwelengcwele yeminikelo yomlilo kaJehova.


Kepha uma lowo muntu engenasihlobo segazi sokuphindisela icala, maliphindiselwe icala kuJehova, yebo, kumpristi; ngenqama yokubuyisana ayakwenzelwa ngayo ukubuyisana.


UHazayeli inkosi yase-Aramu wenyuka walwa neGati, walithatha; uHasayeli wabhekisa ubuso bakhe ukukhuphukela eJerusalema.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite