28 UJehova wakhuluma kuMose, wathi:
28 USimakade wakhuluma kuMose, wathi:
Amadodana ka-Aroni ayakukushisa e-altare phezu komnikelo wokushiswa ophezu kwezinkuni ezisemlilweni; kungumnikelo womlilo wephunga elimnandi kuJehova.
Wonke umphefumulo odla noma yiluphi uhlobo lwegazi, lowo mphefumulo kumelwe unqunywe kubantu bakubo.
Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi: Loba ngubani oletha imihlatshelo yakhe yokubonga eNkosini, uzaletha umnikelo wakhe eNkosini wemihlatshelo yakhe yokubonga.
Umpristi kumelwe athathe umlenze omanzi wenqama neqebelengwane elilodwa elingenamvubelo eqomeni neqebelengwane elilodwa elingenamvubelo akubeke ezandleni zomNaziri ngemva kokuba esephuciwe izinwele zakhe.
UJehova wakhuluma ku-Aroni, wathi: “Bheka, mina ngikunike umsebenzi weminikelo yami yokuphakanyiswa yazo zonke izipho ezingcwele zabantwana bakwa-Israyeli; ngikunikile wona ngenxa yokugcotshwa kwakho namadodana akho njengesimiso esiphakade.