Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 7:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Ngoba loba ngubani odla amahwahwa esilwane anikela kuso umnikelo womlilo eNkosini, umphefumulo owadlayo uzabhujiswa usuke ebantwini bakibo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Ngokuba yilowo nalowo odla amanoni enkomo okunikelwa ngayo ibe ngumnikelo womlilo kuJehova, lowo muntu owadlayo uyakunqunywa kubantu bakubo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Ngokuba oyokudla amanoni enkomo enikelwa kuSimakade ibe ngumnikelo womlilo, lowo owudlayo uyakudingiswa.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 7:25
8 Referans Kwoze  

Kodwa umphefumulo odla inyama yomhlatshelo wokubonga ongekaJehova engcolile, lowo mphefumulo unqunywe kubantu bakubo.


Amanoni esilwane esifa ngokwaso, namanoni esilwane esidweshuliwe, angasetshenziselwa noma iyiphi enye injongo, kodwa aniyikuwadla.


Aniyikudla igazi kunoma iyiphi yezindlu zenu, noma elenyoni noma elezilwane.


Owesilisa ongasokile, ijwabu lakhe elingasokanga, lowo muntu uyakunqunywa kubantu bakubo; wephule isivumelwano sami.


Kumelwe ukuthathe ezandleni zabo ukuthunqise e-altare njengomnikelo wokushiswa, kube yiphunga elimnandi phambi kukaJehova; kungumnikelo womlilo kuJehova.


Lokhu kuyakuba yisimiso esiphakade ezizukulwaneni zenu kuzo zonke izindawo zenu zokuhlala, ukuthi ningadli amanoni nagazi.


Umphefumulo othinta noma yini engcolile, ukungcola komuntu, noma yisiphi isilwane esingcolile noma into enengekayo eyisinengiso, bese edla inyama yomnikelo wokubonga engekaJehova, lowo mphefumulo uyakunqunywa esandleni sakhe abantu.


Wonke umphefumulo odla noma yiluphi uhlobo lwegazi, lowo mphefumulo kumelwe unqunywe kubantu bakubo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite