Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 7:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Kodwa okuseleyo kwenyama yomhlatshelo ngosuku lwesithathu kumelwe kushiswe ngomlilo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 kepha okusele enyameni yomhlatshelo ngosuku lwesithathu kuyakushiswa ngomlilo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 kodwa inyama eyosala kuze kube lusuku lwesithathu, iyoshiswa ngomlilo.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 7:17
11 Referans Kwoze  

Akumelwe nishiye lutho lwalo kuze kube sekuseni; okuseleyo kukho kuze kuse, nikushise ngomlilo.


lokuthi wembelwa, lokuthi wavuka ngosuku lwesithathu njengokwemibhalo;


Emva kwezinsuku ezimbili uyakusiphilisa; ngosuku lwesithathu uyakusivusa, siphile phambi kwamehlo akhe.


Uma kudliwa ngosuku lwesithathu, kuyisinengiso; ngeke kwamukelwe.


UMose wayifunisisa impongo, bheka, yayishisiwe, wabathukuthelela u-Eleyazare no-Itamari, amadodana ka-Aroni ayesele, wathi:


Kodwa inyama yenkunzi nesikhumba sayo nomswani wayo kumelwe ukushise ngomlilo ngaphandle kwekamu; kungumnikelo wesono.


Nizilungiselele ngosuku lwesithathu, ngokuba ngosuku lwesithathu uJehova uyakwehla phambi kwamehlo abo bonke abantu entabeni yaseSinayi.


Kwathi ngosuku lwesithathu u-Abrahama waphakamisa amehlo akhe, wayibona leyo ndawo isekude.


Uma enye inyama yokwahlukaniselwa noma yesinkwa isala kuze kube sekuseni, uyakukushisa okuseleyo; lingadliwa ngoba lingcwele.


Kumelwe udliwe ngosuku lokunikela kwakho nangakusasa; uma lihlala kuze kube lusuku lwesithathu, liyakushiswa ngomlilo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite