ULevitikusi 6:27 - Contemporary Zulu Bible 202427 Konke okuthinta inyama yayo kuyakuba ngcwele; uma igazi lawo lifafazwa engutsheni, woyigeza efafazwe phezu kwayo endaweni engcwele. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE27 Konke okuyakuthinta inyama yawo kuyakuba ngcwele; nxa ingubo ifafazwa ngegazi lawo, lapho kufafazwe khona uyakukugeza endaweni engcwele. Gade chapit laIsiZulu 202027 Noma yini eyothinta inyama yawo iyoba ngcwele; lapho igazi lawo lichaphazeleke engutsheni, uyoyigeza endaweni engcwele ingxenye yengubo echaphazelekile. Gade chapit la |
Ngokuba bhekani khona yona le nto, ukuthi nadabukiswa ngokukaNkulunkulu, ukukhuthala okungaka kwakwenza kini, yebo, ukuzikhulula, yebo, ukuthukuthela, yebo, ukwesaba, yebo, ukushisekela okukhulu, yebo, ukushisekela okukhulu, yebo, impindiselo engaka! Kuzo zonke izinto nizibonakalisile nina ukuthi nimsulwa kule ndaba.