Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 6:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Umlilo uzavutha njalo phezu kwelathi; akusoze kwaphuma.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Umlilo wohlala e-altare uvutha njalo, ungacimi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Umlilo uyohlala uvutha njalo e-althare, ungacinywa.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 6:13
9 Referans Kwoze  

Yala u-Aroni namadodana akhe, uthi: Nanku umthetho womnikelo wokushiswa: Lona ngumnikelo wokushiswa womlilo ophezu kwe-altare ubusuku bonke kuze kuse, nomlilo we-altare uyakuvutha phezu kwawo.


Umlilo ophezu kwe-altare kumelwe uvuthe kulo; ingase ingacimi; umpristi abeke izinkuni phezu kwawo njalo ekuseni, ahlele umnikelo wokushiswa phezu kwawo; abeke phezu kwalo amanoni eminikelo yokuthula.


Nanku umthetho womnikelo owenziwa ngomlilo: amadodana ka-Aroni kumelwe awulungise phambi kukaJehova phambi kwe-altare.


Ikamelo elibheke ngasenyakatho ngelabapristi abagcina inkonzo ye-altare; ngamadodana kaSadoki phakathi kwamadodana kaLevi asondela kuJehova ukuba amkhonze.


Nansi indaba oyakuyenza kubo ukubangcwelisa, bangikhonze esikhundleni sobupristi: Thatha ijongosi elilodwa leduna nezinqama ezimbili ezingenasici,


nesinkwa esingenamvubelo namaqebelengwane angenamvubelo agcotshwe ngamafutha, namaqebelengwane angenamvubelo, agcotshwe ngamafutha; wowenza ngofulawa kakolweni.


Kanye nelinye iwundlu ngokweshumi kwempuphu ecolekileyo exovwe nokwesine kwehini lamafutha agxotshiwe; nengxenye yesine yehini lewayini libe ngumnikelo wokuphuzwa.


Kwaphuma umlilo phambi kukaJehova, waqeda umnikelo wokushiswa namanoni e-altare; kwathi bonke abantu bekubona, bakhala, bawa ngobuso.


Iyakukhuphukela enqabeni yayo ngokwesaba, izikhulu zayo ziyesabe ibhanela,” usho uJehova omlilo wakhe useSiyoni, nesithando sakhe siseJerusalema.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite