Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 3:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Uma umhlatshelo wakhe ungumnikelo wokubonga kuJehova ovela emhlambini; owesilisa noma owesifazane, uyakuletha ingenasici.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 “ ‘Uma umnikelo wakhe nomhlatshelo weminikelo yokuthula kuJehova ungowezimvu, noma iduna noma insikazi, wonikela ngawo ungenasici.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Uma umnikelo ungumhlatshelo wokuthula kuSimakade ovela emhlanjini, noma yiduna noma yinsikazi uyonikela ngokungenasici.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 3:6
16 Referans Kwoze  

ukuze ekuhleleni kokuphelela kwezikhathi abuthele ndawonye zonke izinto kuKristu, ezisezulwini nezisemhlabeni; nakuye:


Kodwa kwathi ukuphelela kwesikhathi sekufikile, uNkulunkulu wathuma iNdodana yakhe, eyazalwa ngowesifazana, yazalwa ngaphansi komthetho.


Akakho umJuda namGreki, akakho oboshiweyo nokhululekileyo, akakho owesilisa nowesifazane, ngokuba nina nonke nimunye kuKristu Jesu.


Ngokuba isibili uHerode, noPontiyu Pilatu, kanye nabezizwe, nabantu bakwa-Israyeli babuthana ndawonye ngokumelene neNdodana yakho engcwele uJesu owamgcobayo;


Yonke imihlambi yaseKedari iyakubuthelwa kuwe, izinqama zaseNebayoti zikukhonze; bayokwenyukela e-altare lami ngokujabula, futhi ngizokhazimulisa indlu yenkazimulo yami.


Uma umnikelo wakhe ungowasemhlambini, owezimvu noma ezimbuzini, ube ngumnikelo wokushiswa; kumelwe alethe owesilisa ongenasici.


Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi kibo: Uba omunye wenu eletha umnikelo eNkosini, uzanikela ngomnikelo wakhe wenkomo, owenkomo lomhlambi wezimvu.


Kodwa akumelwe ninikele nganoma yini enesici, ngoba ngeke yamukeleke kini.


Ingxenye yesine yehini lewayini njengomnikelo wokuphuzwayo uyakuyilungisa kanye nomnikelo wokushiswa noma umhlatshelo ngewundlu elilodwa.


Uma unikela ngomnikelo wokubonga kuJehova, uyakunikela njengokuthanda kwakho;


Kumelwe unikele ngenqama eyodwa njengomnikelo wesono namawundlu angamaduna aneminyaka emibili ubudala njengomnikelo wokubonga.


Uyakunikela ngomnikelo wakhe kuJehova, iwundlu leduna elinomnyaka munye elingenasici, libe ngumnikelo wokushiswa, newundlu lensikazi elimnyaka munye elingenasici, libe ngumnikelo wesono, nenqama engenasici, ibe ngumnikelo wokubonga;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite