Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 27:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Ngomnyaka wejubili isiqephu sezwe siyakubuyela kulowo esathengwa kuye, kumnikazi wezwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Ngomnyaka wejubili* insimu iyakubuyela kuye eyathengwa kuye, yebo, kuye olifa lensimu lingelakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Ngonyaka wejubhili insimu iyakubuyela kulowo eyayithengwe kuye, kulowo eyifa lakhe.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 27:24
5 Referans Kwoze  

Kodwa uma engenakuyibuyisela kuye, lokho okuthengiswayo kuyakuhlala esandleni salowo owakuthengayo kuze kufike ijubili; ngejubili liyakuphuma, abuyele efeni lakhe.


Uma engathandi ukudedela isiqephu sezwe, noma ethengisele omunye umuntu isiqephu sezwe, asisahlengwa.


Ngonyaka waleli jubili kumelwe nibuyele, kube yilowo nalowo empahleni yakhe.


Khona-ke umpristi kumelwe amabele inani lokulinganisa kwakho kuze kube unyaka wejubili; kumelwe anikeze isilinganiso sakho ngalolo suku njengendawo engcwele kuJehova.


Konke ukulinganisa kwakho kuyakuba ngokweshekeli lendlu engcwele; amagera angamashumi amabili ayakuba yishekeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite