Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 27:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Uma kuyisilwane esingcolile abanganikelwa ngaso kuJehova, uyakuletha leso silwane kumpristi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Uma kuyisilwane esingcolileyo okunganikelwa ngaso kuJehova, uyakusibeka isilwane phambi kompristi,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Uma kuyisilwane esingcolile okungenikelwe ngaso kuSimakade, isilwane siyakulethwa phambi komphristi,

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 27:11
4 Referans Kwoze  

Kepha makaqalekiswe umkhohlisi oneduna emhlambini wakhe, enze isithembiso, anikele ngokonakala kuJehova; ngokuba mina ngiyinkosi enkulu,” usho uJehova Sebawoti, negama lami liyesabeka phakathi kwezizwe.


Ungalethi inkokhelo yesifebe nenani lenja endlini kaJehova uNkulunkulu wakho nganoma yisiphi isithembiso; ngoba lezi ezimbili ziyisinengiso kuJehova uNkulunkulu wakho.


Akanakukushintsha noma aguqule okuhle ngokubi noma okubi kube okuhle; uma eshintsha isilwane ngesilwane, sona kanye nokwenana ngaso kumelwe kube ngcwele.


Umpristi kumelwe alilinganise, noma lihle noma libi; njengokulinganisa kwakho, ukuthi ngubani umpristi, kufanele kube njalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite