Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 27:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Akanakukushintsha noma aguqule okuhle ngokubi noma okubi kube okuhle; uma eshintsha isilwane ngesilwane, sona kanye nokwenana ngaso kumelwe kube ngcwele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Akayikuziphambanisa, angazenani ngezinye, esihle ngesibi nesibi ngesihle; uma enana nokwenana isilwane ngesilwane, sona leso kanye naso okwenanwa ngaso ziyakuba ngcwele.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Akayukuzishintshanisa, futhi akayukuzenana ngezinye, noma kungaba ngesihle ngesibi, noma ngesibi ngesihle; uma isilwane sinanwa ngesinye isilwane, zombili okungukuthi leso nokwenanwa ngaso ziyakuba ngcwele.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 27:10
5 Referans Kwoze  

Umuntu onhliziyombili kagxilile kuzo zonke izindlela zakhe.


Uma kuyisilwane anikela ngaso kuJehova, konke anikela ngakho kuJehova kuyakuba ngcwele.


Uma kuyisilwane esingcolile abanganikelwa ngaso kuJehova, uyakuletha leso silwane kumpristi.


Abayikuthengisa ngalo, bangawenana, bangawehlukanisi ngezibulo lezwe, ngokuba lingcwele kuJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite