Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 26:35 - Contemporary Zulu Bible 2024

35 Uma nje isendle, iyophumula; ngoba aliphumlanga ngamasabatha enu lapho nisahlezi kulo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Ngesikhathi lihlezi lichithekile liyakuphumula, lokho kuphumula elalingenakho ngamasabatha enu, lapho nanisahlezi kulo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

35 Ngesikhathi lihlezi liyincithakalo liyakuphumula, ukuphumula elingakutholi ngamasabatha enu, lapho nihlezi kulo.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 26:35
6 Referans Kwoze  

Ngokuba siyazi ukuthi konke okudaliweyo kuyabubula kanyekanye futhi kunemihelo kuze kube manje.


Khona-ke izwe liyojabulela amasabatha alo ngesikhathi liseyincithakalo, nina nisezweni lezitha zenu; nalapho izwe liyophumula, lijabulele amasabatha alo.


Futhi mayelana nalabo kini abasele bephila, ngizothumela ukudangala ezinhliziyweni zabo emazweni ezitha zabo; umsindo weqabunga elikhencezayo uyobasukela; bayakubaleka njengababaleki phambi kwenkemba; bayakuwa uma kungekho obaxoshayo.


Ngalokho usho kanje uJehova, uthi: “Aningilalelanga ngokumemezela inkululeko, kube yilowo nalowo kumfowabo, kube yilowo nalowo kumakhelwane wakhe; bhekani, ngiyakunibikela inkululeko, usho uJehova, enkembeni, nesifo, nasendlaleni; ngiyakukuphakamisa emibusweni yonke yomhlaba.


Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi kibo: Nxa lifika elizweni engilinika lona, ilizwe lizagcina isabatha lokuyidumisa iNkosi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite