Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 26:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Uma namanje ningangilaleli, ngiyakunijezisa kasikhombisa ngezono zenu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 “ ‘Kepha uma ningangilaleli nangalezo zinto, ngiyakubuye nginishaye kasikhombisa ngezono zenu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 “ ‘Uma ningangilaleli nangalezi zinto, ngiyonishaya ngokuphindwe kasikhombisa ngenxa yezono zenu.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 26:18
10 Referans Kwoze  

Uma nihamba ngokumelene nami, ningangilaleli; ngiyakwehlisela izinhlupho kasikhombisa phezu kwenu ngokwezono zenu;


Khona nami ngiyakuhamba ngithukuthelele; mina, yebo, mina, ngiyakunishaya kasikhombisa ngenxa yezono zenu.


Khona-ke ngiyohamba ngokumelene nani futhi nginijezise kasikhombisa ngenxa yezono zenu.


Ababesuthi bazithengisela isinkwa; abalambileyo banqamuka, oyinyumba wazala abayisikhombisa; laye owayelabantwana abanengi waba buthakathaka.


Khona uNebukadinesari wagcwala intukuthelo, nesimo sobuso bakhe sashintsha kuShadiraki, noMeshaki, no-Abhedinego; ngakho-ke wakhuluma futhi wayala ukuthi isithando somlilo kufanele sibase ngokuphindwe kasikhombisa kunalokho esijwayele ukushiswa ngaso.


Ngokuba olungileyo uyawa kasikhombisa abuye avuke, kepha ababi bayakuwela ebubini.


Kasikhombisa ngosuku ngiyakudumisa ngezahlulelo zakho zokulunga.


Ngokuba ngalesi sikhathi ngiyakuthuma zonke izinhlupho zami enhliziyweni yakho, nasezincekwini zakho, nakubantu bakho; ukuze wazi ukuthi akakho onjengami emhlabeni wonke.


Ngalokho intukuthelo kaJehova yabavuthela abantu bakhe, welula isandla sakhe phezu kwabo, wababulala; Kukho konke lokhu ulaka lwakhe alubuyanga, kodwa isandla sakhe sisaluliwe.


Ngenxa yokuthi umhlabathi uphukile, ngoba kwakungekho mvula emhlabeni, abalimi banamahloni, bamboza amakhanda abo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite