Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 25:51 - Contemporary Zulu Bible 2024

51 Uma kusele iminyaka eminingi, njengayo, uyakukhokha imali yesihlengo sakhe emalini eyathengwa ngayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

51 Uma isasele iminyaka eminingi, njengayo uyakubuyisa intengo yokuhlengwa kwakhe emalini athengwa ngayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

51 Uma kusasele iminyaka eminingi, uyakukhokha komthengileyo imali elingana naleyo athengwa ngayo.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 25:51
5 Referans Kwoze  

Ngobuningi beminyaka uyakuyinyusa intengo yayo, ngokobuncane beminyaka yehlise intengo yayo; ngoba uthengisa kuwe ngenani leminyaka yesithelo.


Kumelwe ahlale nalowo owamthenga kusukela ngonyaka azithengisa ngawo kuye kuze kube unyaka wejubili; futhi intengo yokuthenga kwakhe iyakuba ngokwesibalo seminyaka, ngokwesikhathi sosuku lwesisebenzi esikanye naye.


Uma kusele iminyaka eyingcosana kuze kufike umnyaka wejubili, uyakumbalelana naye, ngokweminyaka yakhe abuyisele intengo yesihlengo sakhe.


Futhi kulo lonke izwe lefa lakho kumelwe ulihlenge izwe.


Kodwa uma engcwelisa isiqephu sezwe lakhe ngemva konyaka wejubili, umpristi kumelwe ambalele imali ngokweminyaka esele kuze kufike umnyaka wejubili, futhi kumelwe kukhishwe esilinganisweni sakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite