Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 24:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Niyakuba nomthetho munye kumfokazi nakowokuzalwa ezweni lakini, ngokuba nginguJehova uNkulunkulu wenu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Niyakuba nomthetho munye kumfokazi nakowokuzalwa ekhaya; ngokuba nginguJehova uNkulunkulu wenu.’ ”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Niyoba nesehlulelo esifanayo kumfokazi nakowozalo; nginguSimakade uNkulunkulu wenu.’ ”

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 24:22
8 Referans Kwoze  

Kumelwe kube munye umthetho kowokuzalwa ekhaya nakumfokazi ogogobele phakathi kwenu.


“ ‘Uma umfokazi egogobele phakathi kwenu, egcina iphasika kube yinkazimulo kaJehova; njengokwesimiso sephasika nangokwesiko lalo uyakwenza kanjalo; niyakuba nesimiso sinye kumfokazi nakowokuzalwa ezweni.


Niyakuba nomthetho munye ngowonile engazi, kozelwe phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli, nakomfokazi ogogobele phakathi kwabo.


Kodwa umfokazi ohlala kini uzakuba kini njengowokuzalwa phakathi kwenu, njalo umthande njengalokhu uzithanda wena; ngoba naningabafokazi ezweni laseGibithe. NginguJehova uNkulunkulu wenu.


Futhi wonke umuntu wendlu ka-Israyeli noma kubafokazi abagogobeleyo phakathi kwenu, abadla noma yiliphi igazi; ngizamisa ubuso bami bumelane lomphefumulo odla igazi, ngiwuqume phakathi kwabantu bakibo.


UMose wayesekhuluma kubantwana bakwa-Israyeli ukuba bakhiphe isiqalekiso ngaphandle kwekamu, bamkhanda ngamatshe. Abantwana bakwa-Israyeli benza njengalokho uJehova emyalile uMose.


Ngabayala abahluleli benu ngaleso sikhathi ngathi: ‘Zwanini amacala phakathi kwabafowenu, nahlulele ngokulunga phakathi kwalowo nalowo nomfowabo nomfokazi okuye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite