Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 23:42 - Contemporary Zulu Bible 2024

42 Izinsuku eziyisikhombisa niyohlala ezindlini; bonke abazelwe kwa-Israyeli bayakuhlala emadokodweni;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 Niyakuhlala emadokodweni izinsuku eziyisikhombisa, bonke abangabokuzalwa kwa-Israyeli bahlale emadokodweni,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

42 Niyakuhlala emadokodweni izinsuku eziyisikhombisa, bonke abangabozalo kwa-Israyeli bayohlala emadokodweni,

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 23:42
11 Referans Kwoze  

Kodwa sasihlala ematendeni, salalela, senza njengakho konke uJonadaba ubaba asiyala ngakho.


Mahle kangakanani amatende akho, Jakobe, namatende akho, Israyeli!


UBileyamu waphakamisa amehlo akhe, wabona u-Israyeli ehlezi ngokwezizwe zakhe; uMoya kaNkulunkulu wehlela phezu kwakhe.


UJakobe wasuka waya eSukoti, wazakhela indlu, wenzela izinkomo zakhe amadokodo; ngalokho igama laleyo ndawo lathiwa iSukoti.


Ngokuba siyazi ukuthi uma indlu yethu yasemhlabeni eyidokodo idilizwa, sinesakhiwo esivela kuNkulunkulu, indlu engenziwanga ngezandla, eyaphakade, esezulwini.


Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi: Ngosuku lwetshumi lanhlanu lwaleyo nyanga yesikhombisa umkhosi wamadokodo uzakuba yizinsuku eziyisikhombisa eNkosini.


Kumelwe niwugcine izinsuku eziyisikhombisa ngonyaka umkhosi wokudumisa uJehova. Kuyakuba yisimiso esiphakade ezizukulwaneni zenu; ngenyanga yesikhombisa liwugubhe.


Mina-ke, nginguJehova uNkulunkulu wenu kwasezweni laseGibithe, ngisazakunihlalisa emadokodweni njengasezinsukwini zemikhosi.


Ngakhuluma ngabaprofethi, ngandisa imibono, ngenza nemifanekiso ngenkonzo yabaprofethi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite