ULevitikusi 23:32 - Contemporary Zulu Bible 202432 Kumelwe kube isabatha lokuphumula kini, futhi kumelwe nicindezele imiphefumulo yenu; ngosuku lwesishiyagalolunye lwenyanga, kusihlwa, kusukela kusihlwa kuze kube kusihlwa, uzogcina isabatha lakho. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE32 Kuyakuba yisabatha lokuphumula okuzothileyo kini, nithobise imiphefumulo yenu; ngolwesishiyagalolunye lwenyanga kusihlwa, kusukela kusihlwa kuze kube kusihlwa, anogcina isabatha lenu.” Gade chapit laIsiZulu 202032 Kuyoba yisabatha lokuphumula ngokuphelele kini, nithobise imiphefumulo yenu. Ngosuku lwesishiyagalolunye lwenyanga, kusihlwa, kusukela kusihlwa kuze kube kusihlwa ngakusasa, niyogcina isabatha lenu.” Gade chapit la |