Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 23:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kumelwe nizibalele kusukela ekuseni ngemva kwesabatha, kusukela osukwini enaletha ngalo isithungu somnikelo wokuzuliswa; amasabatha ayisikhombisa kufanele apheleliswe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 “ ‘Anozibalela kusukela kolwangakusasa emva kwesabatha, ngosuku enaletha ngalo isithungu somnikelo wokuzuliswa, kuze kube ngamasabatha ayisikhombisa apheleleyo;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 “ ‘Ngosuku olulandela isabatha eniyoletha ngalo isithungo somnikelo wokuzungeziswa, niyozibalela amasabatha ayisikhombisa apheleleyo;

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 23:15
6 Referans Kwoze  

Kumelwe uzibalele amasabatha ayisikhombisa eminyaka, iminyaka eyisikhombisa ephindwe kasikhombisa; isikhathi seminyaka eyisikhombisa yamasabatha siyakuba yiminyaka engamashumi amane nesishiyagalolunye kini.


Kumelwe ugubhe umkhosi wamasonto, owolibo lwesivuno sikakolweni, nomkhosi wokubutha ekupheleni konyaka.


“ ‘Ngosuku lolibo, uma niletha umnikelo omusha womlilo kuJehova emva kwamasonto enu, niyakuba nomhlangano ongcwele; ningasebenzi msebenzi;


Selufikile usuku lwePhentekoste, babendawonye bonke nganhliziyonye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite