Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 23:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngosuku osusa ngalo isithungu, uyakulungisa iwundlu elinomnyaka munye elingenasici, libe ngumnikelo wokushiswa kuJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ngalolo suku enizulisa ngalo isithungu, niyakunikela ngemvu yeduna engenasici, enomnyaka munye, ibe ngumnikelo wokushiswa kuJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Ngalolo lusuku enizungezisa ngalo isithungo, niyakunikela ngemvu yeduna engenasici, enonyaka; ibe ngumnikelo wokushiswa kuSimakade.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 23:12
7 Referans Kwoze  

Kodwa ngegazi likaKristu eliligugu, njengelewundlu elingelasici lengelasici.


Uma umnikelo wakhe ungowasemhlambini, owezimvu noma ezimbuzini, ube ngumnikelo wokushiswa; kumelwe alethe owesilisa ongenasici.


Iwundlu lakho kumelwe libe elingenasici, eliduna elinonyaka owodwa; uyakulithatha ezimvini noma ezimbuzini.


Kumelwe ahambise isithungu phambi kukaJehova ukuze samukelwe kini; ekuseni emva kwesabatha umpristi uyakuyisusa.


Umnikelo wakhe wokudla uyakuba ngokweshumi okubili kwempuphu ecolekileyo exovwe namafutha, umnikelo womlilo kuJehova, ube yiphunga elimnandi; umnikelo wakhe wokuphuzwayo uyakuba yiwayini, okwesine kwehini.


Uma umhlatshelo wakhe ungumnikelo wokushiswa wezinkomo, uyakuletha iduna elingenasici; woliletha ngokuzithandela phambi kukaJehova ngasemnyango wetende lokuhlangana.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite