ULevitikusi 22:27 - Contemporary Zulu Bible 202427 Lapho inkomo noma imvu noma imbuzi kuzalwa, kumelwe kube ngaphansi kukanina izinsuku eziyisikhombisa; kusukela osukwini lwesishiyagalombili kuqhubeke uyakuba ngumnikelo womlilo kuJehova. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE27 “Nxa kuzalwa inkunzi noma imvu noma imbuzi, iyakuhlala kunina izinsuku eziyisikhombisa; kusukela osukwini lwesishiyagalombili nangasemuva iyakwamukelwa ibe ngumnikelo womlilo kuJehova. Gade chapit laIsiZulu 202027 “Uma kuzalwa inkunzi noma inqama noma impongo, iyohlala nonina izinsuku eziyisikhombisa; ngosuku lwesishiyagalombili kuqhubeka iyokwemukeleka ukuba ibe ngumnikelo womlilo kuSimakade. Gade chapit la |