Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 21:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Umfelokazi noma owesifazane ohlukanisiwe noma ongcolile noma isifebe, labo angeke abathathe; kodwa kumelwe athathe intombi kubantu bakubo ibe umkakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Umfelokazi noma umfazi olahliweyo noma owesifazane owonakelyo, isifebe, laba akayikubathatha, kepha uyakuthatha intombi yabantu bakubo ibe ngumkakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Akayukuganwa ngumfelokazi noma ngolahlwe yindoda noma owesifazane okhohlakele, nesifebe, kodwa uyothatha intombi phakathi kwabantu bakubo, ibe ngumkakhe.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 21:14
5 Referans Kwoze  

Abangathathi umfazi oyisifebe nongcolileyo; futhi owesifazane owahlukanisiwe nendoda yakhe makangazithatha, ngoba ungcwele kuNkulunkulu wakhe.


Bangathathi umfelokazi noma olahliwe ngenxa yabafazi bawo, kodwa kumelwe bathathele amantombazane ohlwini lozalo lwendlu ka-Israyeli noma umfelokazi owayenompristi ngaphambili.


Kumelwe athathe owesifazane ebuntombini bakhe.


Futhi akufanele angcolise inzalo yakhe phakathi kwabantu bakhe, ngoba mina, iNkosi, ngiyamngcwelisa.


Nxa ephuma endlini yakhe, angahamba abe ngowomunye umuntu;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite