Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 21:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 INkosi yasisithi kuMozisi: Khuluma kubapristi, amadodana kaAroni, uthi kibo: Kakungabi lamuntu phakathi kwabantu bakibo ozangcoliswa ngabafileyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UJehova wathi kuMose: “Khuluma kubapristi, amadodana ka-Aroni, uthi kubo: ‘Makungabikho ozingcolisayo ngofileyo phakathi kwabantu bakubo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 USimakade wathi kuMose: “Yisho kubaphristi, amadodana ka-Aroni, uthi kubo: ‘Makungabi bikho oyozingcolisa ngokuthinta ofileyo kubantu bakubo,

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 21:1
12 Referans Kwoze  

Futhi bangasondeli kofileyo ukuba bamngcolise; kodwa ngenxa kayise noma unina noma indodana noma indodakazi, umfowabo noma udadewabo ababengenandoda bangazingcolisa.


Nanku umthetho uma umuntu efela etendeni: wonke ongena etendeni nakho konke okusetendeni uyakuba ngongcolile izinsuku eziyisikhombisa.


Akumelwe futhi angene nanoma yimuphi ofileyo azingcolise ngoyise noma ngonina;


Aniyikuzigcaba enyameni yenu ngenxa yabafileyo, ningazifaki amabala; nginguJehova.


Niyakwazi ukuthi nginithumele lo myalo, ukuze isivumelwano sami sibe noLevi,” usho uJehova Sebawoti.


Manje-ke, nina bapristi, lo myalo uqondene nani.


Yizwani lokhu, nina bapristi! lalelani nina ndlu ka-Israyeli! lalelani nina ndlu yenkosi! ngoba ukwahlulela kuyeza phezu kwenu, ngoba benilugibe eMispa nenetha elenekwe eThabori.


Noma yimuphi othinta endle obulewe ngenkemba, noma ofileyo noma ithambo lomuntu noma ithuna, uyakuba ngongcolile izinsuku eziyisikhombisa.


Yala abantwana bakwa-Israyeli ukuba bakhiphe ekamu bonke abantu abanochoko, nabo bonke abacucuzayo, nabo bonke abangcoliswe ngabafileyo.


Zonke izinsuku azahlukanisela ngazo uJehova, kayikusondela kofileyo.


Othinta isidumbu somuntu uzakuba ngongcolile izinsuku eziyisikhombisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite