Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 20:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngakho anogcina zonke izimiso zami nezahlulelo zami zonke, nizenze, funa izwe enginiyisa kulo ukuba nihlale kulo, linikhafulele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 “ ‘Ngalokho anogcina zonke izimiso zami, nazo zonke izahlulelo zami, nizenze ukuba izwe lapho nginiyisa khona ukuba nihlale kulo linganihlanzi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 “ ‘Ngakho-ke niyogcina zonke izimiso zami, nazo zonke izehlulelo zami nizenze, ukuze izwe enginiyisa kulo ukuba nihlale kulo linganiphalazi.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 20:22
20 Referans Kwoze  

Ngiyakufaka uMoya wami phakathi kwenu, ngenze ukuba nihambe ngezimiso zami, nigcine izahlulelo zami, nizenze.


Izwi lakho liqinisile kwasekuqaleni, nezimiso zakho zokulunga zimi phakade.


IKHANDA. Ngakhala ngenhliziyo yami yonke; ngilalele, Jehova, ngiyakugcina izimiso zakho.


Inhliziyo yami mayiphile ngezimiso zakho; ukuthi kangilanhloni.


Umphefumulo wami uphukile ngenxa yokulangazelela njalo izahlulelo zakho.


ukuze bagcine izimiso zakhe, bagcine imithetho yakhe. Dumisani uJehova.


Umphefumulo wami mawuphile, ukudumise; futhi izahlulelo zakho mazingisize.


Izindebe zami ziyakukhuluma indumiso lapho ungifundisa izimiso zakho.


UMose wabiza wonke u-Israyeli, wathi kubo: “Yizwa, Israyeli, izimiso nezahlulelo engizikhuluma ezindlebeni zenu namuhla ukuba nifunde, nizigcine, nizenze.


Lezi ziyibufakazi, nezimiso, nezahlulelo uMose azikhuluma kubantwana bakwa-Israyeli ekuphumeni kwabo eGibithe;


Ngiyonihlakazela phakathi kwezizwe ngihoshe inkemba emva kwenu, izwe lenu libe yihlane nemizi yenu ibe yincithakalo.


Ngakho anogcina zonke izimiso zami nezahlulelo zami zonke, nikwenze lokhu: nginguJehova.


Lezi yizahlulelo okumelwe uzenze kubo.


Kasikhombisa ngosuku ngiyakudumisa ngezahlulelo zakho zokulunga.


Ngifungile, ngizakugcwalisa, ukuthi ngizagcina izahlulelo zakho ezilungileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite