ULevitikusi 19:8 - Contemporary Zulu Bible 20248 Ngakho-ke yilowo nalowo oyidlayo uyakuthwala ububi bakhe, ngokuba ungcolisile indlu engcwele yeNkosi; lowo muntu uyakunqunywa phakathi kwabantu bakubo. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 yilowo nalowo owudlayo uyakuthwala ububi bakhe, ngokuba udumazile okungcwele kukaNkulunkulu; lowo muntu uyakunqunywa kubantu bakubo. Gade chapit laIsiZulu 20208 Noma ngubani oyoyidla, uyothwala ububi bakhe, ngokuba ungcolise okungcwele kukaSimakade, lowo muntu uyonqunywa kubantu bakubo. Gade chapit la |