Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 18:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ungalidaluli ihlazo lomkamfowenu; kuyihlazo lomfowenu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 “ ‘Ungambuli ubunqunu bomkamfowenu; kungubunqunu bomfowenu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 “ ‘Awuyukubembula ubunqunu bukamkamfowenu; bungubunqunu bukamfowenu.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 18:16
7 Referans Kwoze  

Uma izelamani behlala ndawonye, omunye wabo ashone engenamntwana, umkamufi makangendi owezizwe; umfowabo wendoda yakhe kumelwe angene naye amthathe abe ngumkakhe futhi afeze isibopho. Womfowabo womuntu ngaye.


Uma umuntu ethatha umkamfowabo, kungcolile; wadalula ihlazo lomfowabo; bazakuba bengenamntwana.


Mfundisi, uMose wasilobela ukuthi: “Uma kufa umfowabo womuntu, eshiya umkakhe engashiyi bantwana, umfowabo makamthathe umkakhe, amvusele umfowabo inzalo.


Besithi: Mfundisi, uMozisi wathi: Uba indoda isifa ingelamntwana, umfowabo kamngene umkakhe, amvusele umfowabo inzalo.


Kodwa uHerodi umtetrarki, esolwa nguye ngoHerodiya umkaFiliphu umfowabo langakho konke okubi uHerodi abekwenzile;


Ngokuba uHerode uqobo wayethumele wambamba uJohane, wambopha etilongweni ngenxa kaHerodiya umkaFiliphu umfowabo, ngokuba wayemthathile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite