Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 16:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngakho u-Aroni kumelwe angene endlini engcwele: neduna libe ngumnikelo wesono nenqama ibe ngumnikelo wokushiswa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 U-Aroni kangene endaweni engcwele nalokhu: iduna, libe ngumnikelo wesono, nenqama, ibe ngumnikelo wokushiswa,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 U-Aroni uyongena endaweni engcwele nalokhu: iduna, libe ngumnikelo wesono, inqama, ibe ngumnikelo wokushiswa,

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 16:3
13 Referans Kwoze  

Uma umpristi ogcotshiweyo ona njengesono sabantu; woletha kuJehova iduna elingenasici, libe ngumnikelo wesono ngesono sakhe one ngaso.


Kodwa kweyesibili umpristi omkhulu yedwa kungena kanye ngomnyaka, kungeyisikho ngaphandle kwegazi, azinikela ngenxa yakhe langenxa yeziphambeko zabantu.


Waletha inqama yomnikelo wokushiswa; u-Aroni namadodana akhe babeka izandla zabo enhloko yenqama.


Uma umnikelo wakhe ungowasemhlambini, owezimvu noma ezimbuzini, ube ngumnikelo wokushiswa; kumelwe alethe owesilisa ongenasici.


kungengegazi lezimbuzi nelamathole, kodwa ngelakhe igazi wangena kanye nje endaweni engcwele, esizuzele ukukhululwa okuphakade.


Futhi kumelwe ukhulume nabantwana bakwa-Israyeli uthi: ‘Zithatheleni izinyane lembuzi libe ngumnikelo wesono; nethole newundlu, kokubili okuneminyaka emibili, okungenasici, kube ngumnikelo wokushiswa;


Waletha inkunzi yomnikelo wesono; u-Aroni namadodana akhe babeka izandla zabo enhloko yenkunzi yomnikelo wesono.


Uma umhlatshelo wakhe ungumnikelo wokushiswa wezinkomo, uyakuletha iduna elingenasici; woliletha ngokuzithandela phambi kukaJehova ngasemnyango wetende lokuhlangana.


UJehova wakhuluma kuMose, wathi:


U-Aroni kumelwe alungise inkunzi yakhe yomnikelo wesono azenzele yena nendlu yakhe isihlawulelo.


Wathi ku-Aroni: “Zithathele ithole libe ngumnikelo wesono, nenqama ibe ngumnikelo wokushiswa ongenasici, unikele ngakho phambi kukaJehova.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite