Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 15:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Yonke imibhede alala kuyo ocucuzayo ingcolile; nakho konke ahlala kukho kuyakuba ngokungcolile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 “ ‘Yonke imibhede alala kuyo ocucuzayo iyakuba ngengcolile; nezinto zonke ahlala kuzo ziyakuba ngezingcolile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 “ ‘Yonke imibhede elala omfimfayo iyakuba ngengcolile; nakho konke ahlala kukho kuyakuba ngokungcolile.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 15:4
5 Referans Kwoze  

Kwabahlanzekile konke kuhlanzekile, kodwa kwabangcolileyo nabangakholwayo akukho okuhlanzekileyo; kodwa ngisho ingqondo nonembeza wabo kungcolile.


Futhi ningabi nenhlanganyelo nemisebenzi yobumnyama engatheli, kodwa kunalokho niyisole.


Ningakhohliswa; ukujwayelana nababi konakalisa ukuziphatha okuhle.


Lokhu kuyakuba ngukungcola kwakhe ekugobhozeni kwakhe: noma inyama yakhe igobhoza, noma inyama yakhe ivalekile ekugobhozeni kwayo, lokho kungukungcola kwakhe.


Noma ubani othinta umbhede wakhe kumelwe ahlanze izingubo zakhe futhi ageze ngamanzi abe ongcolile kuze kuhlwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite