Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 15:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 Ngosuku lwesishiyagalombili kumelwe azithathele amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba awalethe kumpristi emnyango wetende lokuhlangana.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Ngosuku lwesishiyagalombili wozithabathela amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba, awalethe kumpristi ngasemnyango wetende lokuhlangana.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 Ngosuku lwesishiyagalombili uyothatha amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba, awalethe kumphristi ngasemnyango wethende lokuhlangana.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 15:29
8 Referans Kwoze  

Kodwa uma ehlambuluka ekugelezeni kwakhe, kumelwe ambalele izinsuku eziyisikhombisa, andukuba ahlambuluke.


Umpristi kumelwe alungise elinye libe ngumnikelo wesono elinye libe ngumnikelo wokushiswa; umpristi amenzele ukubuyisana phambi kukaJehova ngokucucuza ukungcola kwakhe.


Kwathi ngosuku lwesishiyagalombili uMose wabiza u-Aroni namadodana akhe namalunga akwa-Israyeli;


Lapho seziphelele izinsuku zokuhlanjululwa kwakhe, endodana noma endodakazini, kumelwe alethe iwundlu elinonyaka owodwa libe ngumnikelo wokushiswa nephuphu lejuba noma ihobhe njengomnikelo wesono emnyango. Kusukela etendeni lokuhlangana, kuya kumpristi.


Uma engenakuletha iwundlu, kumelwe alethe amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba; elinye libe ngumnikelo wokushiswa, elinye libe ngumnikelo wesono; umpristi amenzele ukubuyisana, ahlambuluke.


Ngosuku lwesishiyagalombili kumelwe azithathele amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba, ahambe phambi kukaJehova emnyango wetende lokuhlangana, awanike umpristi.


Ngosuku lwesishiyagalombili kumelwe alethe amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba kumpristi emnyango wetende lokuhlangana.


UJesu wangena ethempelini likaNkulunkulu, waxosha bonke ababethengisa nababethenga ethempelini, wagumbuqela amatafula abashintshela imali nezihlalo zabathengisa ngamajuba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite