Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 15:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Yilowo nalowo othinta lezo zinto uyakuba ngongcolile, ageze izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolile kuze kuhlwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Yilowo nalowo othinta lezo zinto uyakuba ngongcolile, ahlanze izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolile kuze kuhlwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Noma yimuphi othinta lezi zinto uyakuba ngongcolileyo, uyakuhlanza izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolileyo kuze kuhlwe.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 15:27
15 Referans Kwoze  

Kepha uma sihamba ekukhanyeni, njengalokhu yena esekukhanyeni, sinenhlanganyelo omunye nomunye, negazi likaJesu Kristu iNdodana yakhe liyasihlambulula kuso sonke isono.


Masisondele ngenhliziyo eqinisileyo, sinesiqinisekiso esigcwele sokukholwa, izinhliziyo zethu zifafaziwe kunembeza omubi, nemizimba yethu igeziwe ngamanzi acwebileyo.


Kakhulu kangakanani igazi likaKristu owazinikela ngoMoya ophakade engenasici kuNkulunkulu, liyakuhlambulula unembeza wenu emisebenzini efileyo, ukuze nikhonze uNkulunkulu ophilayo na?


Ngalolo suku kuyakuba khona umthombo endlini kaDavide nabakhileyo eJerusalema, wesono nowokungcola.


Ngiyakunisindisa kukho konke ukungcola kwenu, ngibize amabele, ngiwandise, kungabikho indlala phezu kwenu.


Khona ngiyakufafaza amanzi ahlanzekileyo phezu kwenu, nihlambuluke; ngiyakunihlambulula kukho konke ukungcola kwenu nakubo bonke onkulunkulu benu abangcolileyo.


Noma ngubani othinta umbhede wakhe kumelwe ahlanze izingubo zakhe futhi ageze ngamanzi abe ongcolile kuze kuhlwe.


Nxa ocucuzayo esehlambulukile ekucucuzeni kwakhe; khona-ke kumelwe azibalele izinsuku eziyisikhombisa zokuhlanjululwa kwakhe, futhi kumelwe ahlanze izingubo zakhe futhi ageze umzimba wakhe ngamanzi agobhozayo, futhi uyohlambuluka.


Yonke imibhede alala kuyo zonke izinsuku zokucucuza kwakhe iyakuba kuye njengombhede wokungcola kwakhe; futhi konke ahlala kukho kuyoba okungcolile njengokungcola kokungcola kwakhe.


Kodwa uma ehlambuluka ekugelezeni kwakhe, kumelwe ambalele izinsuku eziyisikhombisa, andukuba ahlambuluke.


Ngalokho niyakuba ngabangcolile: yilowo nalowo othinta isitengo saso uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe.


Konke okuthinta ongcolileyo kuyakuba ngokungcolile; nomphefumulo oyithintayo uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite