ULevitikusi 15:25 - Contemporary Zulu Bible 202425 “ ‘Uma owesifazane ecucuza igazi lakhe izinsuku eziningi kusukela esikhathini sokungcola kwakhe, noma lidlula isikhathi sokungcola kwakhe, zonke izinsuku zokugobhoza kokungcola kwakhe ziyakuba njengezinsuku zokungcola kwakhe; uyakuba ngongcolile. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE25 “ ‘Uma owesifazane ecucuza igazi lakhe izinsuku eziningi, zingabi ngezokungcola kwakhe, noma ecucuza kudlula isikhathi sokungcola kwakhe, zonke izinsuku zokucucuza kokungcola kwakhe uyakuba njengasezinsukwini zokungcola kwakhe; ungcolile. Gade chapit laIsiZulu 202025 “ ‘Uma owesifazane emfimfa igazi izinsuku eziningi, hhayi ngesikhathi sokungcola kwakhe, noma emfimfa kwedlule esikhathini sokungcola kwakhe, ngazo zonke izinsuku zokumfimfa uyohlala engongcolile njengasezinsukwini zokungcola kwakhe; uyakuba ngongcolileyo. Gade chapit la |