Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 15:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Uma kuphezu kombhede wakhe noma nakunoma yini ahlala kuyo, uma eyithinta, uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Uma kusembhedeni noma kukuyiphi into ahlala kuyo, nxa kuthintwa ngumuntu, yena uyakuhlala engcolile kuze kuhlwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Noma kungaba ngumbhede noma iyiphi enye into ahlale kuyo, uma ithintwa ngumuntu, uyakuhlala engcolile kuze kuhlwe.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 15:23
4 Referans Kwoze  

Yilowo nalowo othinta noma yini ahlezi phezu kwayo uyakuhlanza izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolile kuze kuhlwe.


Uma umuntu elala naye, ukungcola kwakhe kuphezu kwakhe, uyakuba ngongcolile izinsuku eziyisikhombisa; wonke umbhede alala kuwo uyakuba ngongcolile.


Ngalokho niyakuba ngabangcolile: yilowo nalowo othinta isitengo saso uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe.


Konke okuthinta ongcolileyo kuyakuba ngokungcolile; nomphefumulo oyithintayo uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite