Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 15:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Noma ngubani othinta umbhede wakhe kumelwe ahlanze izingubo zakhe futhi ageze ngamanzi abe ongcolile kuze kuhlwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Yilowo nalowo othinta umbhede wakhe uyakuhlanza izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolile kuze kuhlwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Lowo othinta umbhede wakhe uyakuhlanza izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolileyo kuze kuhlwe.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 15:21
9 Referans Kwoze  

Ngathi kuye: Nkosi, nguwe owaziyo. Yathi kimi: Laba yibo abaphuma osizini olukhulu, bahlanza izingubo zabo, bazenza zaba mhlophe egazini leWundlu.


Ngokuba ngabe ngabe uhluphekile kaningi selokhu kwasekelwa izwe, kepha manje usebonakalisiwe kanye ekupheleni kwezwe ukuba asuse isono ngomhlatshelo wakhe.


Ngakho-ke, lokhu sinalezi zithembiso, bathandekayo, masizihlanze kukho konke ukungcola kwenyama nokomoya, siphelelisa ubungcwele ngokwesaba uNkulunkulu.


UJehova wembula ezindlebeni zami ukuthi: Impela lobu bubi abuyikusulwa kini, nize nife, isho iNkosi uJehova Sebawoti.


Konke alala kukho ekungcoleni kwakhe kuyakuba ngokungcolile; nakho konke ahlala kukho kuyakuba ngokungcolile.


Yilowo nalowo othinta noma yini ahlezi phezu kwayo uyakuhlanza izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolile kuze kuhlwe.


Ngalokho niyakuba ngabangcolile: yilowo nalowo othinta isitengo saso uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe.


Konke okuthinta ongcolileyo kuyakuba ngokungcolile; nomphefumulo oyithintayo uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite