Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 15:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Khuluma nabantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Uma umuntu ecucuza enyameni yakhe, ungcolile ngenxa yokucucuza kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Yishoni kubantwana bakwa-Israyeli, nithi kubo: ‘Nxa owesilisa ecucuza emzimbeni wakhe, ungcolile ngokucucuza kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 “Yishoni kubantu bakwa-Israyeli, nithi kubo: ‘Uma owesilisa emfimfa emzimbeni wakhe, ungcolile ngokumfimfa kwakhe.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 15:2
15 Referans Kwoze  

malibe phezu kwekhanda likaJowabe naphezu kwayo yonke indlu kayise; futhi makungabikho muntu ophuma endlini kaJowabe ocucuzayo noma onochoko noma oncike ngodondolo noma owela enkembeni noma oswela isinkwa.


Yala abantwana bakwa-Israyeli ukuba bakhiphe ekamu bonke abantu abanochoko, nabo bonke abacucuzayo, nabo bonke abangcoliswe ngabafileyo.


Bonke benzalo ka-Aroni banochoko noma ocucuzayo; angadli izinto ezingcwele aze ahlambuluke. “ ‘Yilowo nalowo othinta into engcolileyo ngofileyo, noma umuntu ophuma kuye imbewu;


Bheka, kwafika emva kwakhe owesifazane owayenomopho iminyaka eyishumi nambili, wathinta umphetho wengubo yakhe;


Kuningi ngezindlela zonke; okokuqala, ngokuba baphathiswa amazwi kaNkulunkulu kubo.


Owesifazana owayelomopho iminyaka elitshumi lambili, esechithe konke abephila ngakho ezinyangeni, engelakwelatshwa lamunye.


Owesifazane othile owayenomopho iminyaka eyishumi nambili.


Ngokuba wamisa ubufakazi kuJakobe, wamisa umthetho kwa-Israyeli, awuyala obaba ukuba bawazise abantwana babo.


UJehova wakhuluma kuMose naku-Aroni, wathi:


Lokhu kuyakuba ngukungcola kwakhe ekugobhozeni kwakhe: noma inyama yakhe igobhoza, noma inyama yakhe ivalekile ekugobhozeni kwayo, lokho kungukungcola kwakhe.


Noma ethinta ukungcola komuntu, noma yikuphi ukungcola umuntu angcoliswe ngakho futhi kusithekile kuye; uma azi ngakho, uyakuba necala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite