Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 15:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Uma owesifazane ecucuza, futhi ukucucuza kwakhe kuyigazi enyameni yakhe, kumelwe abe ngokwehlukana kwakhe izinsuku eziyisikhombisa; bonke abamthintayo bayakuba ngabangcolile kuze kuhlwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 “ ‘Uma owesifazane ecucuza, ukucucuza kwakhe kube yigazi, uyakuhlala engcolile izinsuku eziyisikhombisa; bonke abamthintayo bayakuba ngabangcolile kuze kuhlwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 “ ‘Uma owesifazane ejwayele ukumfimfa igazi emzimbeni wakhe, uyakuhlala engcolile izinsuku eziyisikhombisa; bonke abamthintayo bayakuba ngabangcolileyo kuze kuhlwe.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 15:19
10 Referans Kwoze  

Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi: Uba owesifazana ekhulelwa, azale indoda, uzakuba ngongcolileyo insuku eziyisikhombisa; ngokwezinsuku zokuhlukaniswa ngenxa yokugula kwakhe kumelwe abe ongcolile.


Owesifazane othile owayenomopho iminyaka eyishumi nambili.


Ngokuba enhliziyweni kuphuma imicabango emibi, ukubulala, ukuphinga, ubufebe, ukweba, ukufakaza amanga, ukuhlambalaza;


Ndodana yomuntu, lapho indlu yakwa-Israyeli isahlezi ezweni layo, yalingcolisa njengezindlela zayo nangezenzo zayo;


IZiyoni lelula izandla zalo, alikho oliduduzayo; UJehova wayala ngoJakobe ukuba izitha zakhe zibe nxazonke zakhe; IJerusalema linjengowesifazane osesikhathini phakathi kwabo.


“ ‘Uma indoda ilala nowesifazane onesifo sakhe, ambule ihlazo lakhe; wembula umthombo wakhe, wembula umthombo wegazi lakhe; futhi bobabili bayonqunywa phakathi kwabantu bakubo.


Kumelwe ahlale egazini lokuhlanjululwa kwakhe izinsuku ezingamashumi amathathu nantathu; angathinti indawo engcwele, angangeni endlini engcwele, zize zigcwaliseke izinsuku zokuhlanjululwa kwakhe.


Konke alala kukho ekungcoleni kwakhe kuyakuba ngokungcolile; nakho konke ahlala kukho kuyakuba ngokungcolile.


Noma yimuphi othinta noma yisiphi isilwane esinwabuzelayo angcoliswa ngaso noma umuntu angathola kuye ukungcola, noma yikuphi ukungcola anakho;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite