Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 15:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Noma yimuphi ocucuzayo amthinta futhi engagezanga izandla zakhe ngamanzi, kumelwe ahlanze izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolile kuze kuhlwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 “ ‘Nalowo ocucuzayo amthinta, engahashazanga izandla zakhe ngamanzi, uyakuhlanza izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolile kuze kuhlwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 “ ‘Wonke umuntu othintwe ngomfimfayo, engazigezanga izandla zakhe ngamanzi, uyakuhlanza izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolileyo kuze kuhlwe.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 15:11
5 Referans Kwoze  

Yilowo nalowo othinta into ebiphansi kwakhe uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe;


Into yomhlabathi enokugobhoza ayoyithinta iyakwaphulwa, nazo zonke izigodo ziyakugezwa ngamanzi.


Ngalokho niyakuba ngabangcolile: yilowo nalowo othinta isitengo saso uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe.


Konke okuthinta ongcolileyo kuyakuba ngokungcolile; nomphefumulo oyithintayo uyakuba ngongcolile kuze kuhlwe.


Kodwa lapho kusihlwa kumelwe ageze ngamanzi; kuthi lapho selishonile ilanga, abuyele ekamu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite