ULevitikusi 13:6 - Contemporary Zulu Bible 20246 Umpristi kumelwe aphinde ambone ngosuku lwesikhombisa; uma ibala lifiphele, isifo singandile esikhumbeni, umpristi makasho athi uhlambulukile; luwutwayi nje; futhi kumelwe izingubo zakhe, futhi ahlambuluke. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 umpristi abuye ambheke ngosuku lwesikhombisa; uma ibala lifiphele, isifo singandanga esikhumbeni, bheka, khona umpristi uyakusho athi uhlambulukile; kulutwayi; uyakuhlanza izingubo zakhe, ahlambuluke. Gade chapit laIsiZulu 20206 Ngosuku lwesikhombisa uyakumhlola okwesibili, uma ibala lifiphele, nesifo singaqhubekanga, uyakumemezela ukuthi uhlambulukile, bekulutwayi, ageze izingubo zakhe, abe ngohlambulukile. Gade chapit la |