ULevitikusi 13:55 - Contemporary Zulu Bible 202455 Umpristi kumelwe asibheke isifo ngemva kokuba sesigeziwe, abone ukuthi isifo asishintshile yini futhi isifo singandile; ingcolile; kumelwe uwushise ngomlilo; ingaphakathi, noma ingenalutho ngaphakathi noma ngaphandle. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE55 umpristi ayibheke emva kokuhlanzwa kwesifo; bheka, uma ibala lingaphendulile umbala walo, lingandile, ingcolile; woyishisa ngomlilo; kungumcothu odlayo noma iqothukile ngaphakathi noma ngaphandle. Gade chapit laIsiZulu 202055 Umphristi uyobuye akuhlole emveni kokuhlanzwa kwesifo. Uma ibala lingaguqukile embaleni walo, lingandile, ingcolile, uyoyishisa ngomlilo; kungumcothu odlayo noma ngaphakathi noma ngaphandle. Gade chapit la |