Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 13:40 - Contemporary Zulu Bible 2024

40 Umuntu ozinwele zakhe zisukile ekhanda lakhe, uyimpandla; nokho uhlambulukile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 “Uma izinwele zomuntu zisukile ekhanda lakhe, uyimpandla; uhlambulukile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 “Uma umuntu elahlekelwa yizinwele ekhanda, eba yimpandla; uhlambulukile.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 13:40
10 Referans Kwoze  

Niyazi ukuthi ngobuthakathaka benyama ngashumayela ivangeli kini ekuqaleni.


Uma uKristu ekini, umzimba ufile ngenxa yesono; kodwa uMoya ungukuphila ngenxa yokulunga.


Ngikhuluma ngokwabantu ngenxa yobuthakathaka benyama yenu; ngokunjalo-ke nikelani izitho zenu khathesi izigqili zokulunga kube ngcwele.


Ngakho-ke makungabusi isono emizimbeni yenu efayo, nize nilalele izinkanuko zayo.


Ngiyakuphendula imikhosi yenu ibe-yisililo, nazo zonke izingoma zenu zibe isililo; ngiyakwenza ukuba kukhuphuke indwangu yesaka ezinkalweni zonke nempandla emakhanda onke; ngiyakukwenza kube njengesililo sendodana eyodwa, nokuphela kwakho kube njengosuku olubabayo.


Wenyukela eBayiti naseDiboni ezindaweni eziphakemeyo ukuyokhala; UMowabi uyakukhala eNebo naseMedeba; kuwo wonke amakhanda abo kuyoba yimpandla, nazo zonke izilevu ziyogundwa.


Ikhanda lakhe linjengegolide elicwengekileyo, izihluthu zakhe zimnyama, zimnyama njengegwababa.


Wasesenyuka esuka lapho waya eBhetheli; kwathi esendleleni, kwaphuma abantwana abancane bomuzi, bamklolodela, bathi kuye: Yenyuka, mpandlandini; khuphuka, khanda elinempandla.


Ozinwele zakhe zisukile kusukela ohlangothini lwekhanda kuye ebusweni bakhe, uyimpandla, kepha uhlambulukile.


Khona-ke umpristi kumelwe abheke ukuthi amabala acwebezelayo esikhumbeni senyama yabo amhlophe ngokumnyama; kuyishwabana elimila esikhumbeni; uhlanzekile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite