Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 13:35 - Contemporary Zulu Bible 2024

35 Kepha uma utwayi lwandile esikhumbeni emva kokuhlanjululwa kwakhe;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Kepha uma umuna wanda esikhumbeni esehlambulukile,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

35 Kepha uma umuna wandile esikhumbeni emveni kokuba esehlambulukile,

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 13:35
7 Referans Kwoze  

Kepha abantu ababi nabakhohlisi bazakuqhubekela phambili ebubini, bedukisa, bedukiswa.


Umpristi kumelwe ambone ngosuku lwesikhombisa; uma landile esikhumbeni, umpristi makasho athi ungcolile; kuyisifo sochoko.


Kodwa uma utwayi lwandile esikhumbeni ngemva kokuba esebonwe umpristi ngokuhlambuluka kwakhe, kumelwe aphinde abonakale kumpristi.


umpristi asibheke isifo, abone uma sishonile kunesikhumba esibonakalayo; futhi kulo kukhona izinwele eziphuzi ezizacile; umpristi makasho athi ungcolile: kulutwayi olomile, uchoko ekhanda noma esilevini.


Ngosuku lwesikhombisa umpristi kumelwe abheke utwayi, abone uma utwayi lungandile esikhumbeni futhi lungabonakali lushonile kunesikhumba; khona-ke umpristi kumelwe athi uhlanzekile; kumelwe ahlanze izingubo zakhe futhi ahlanzeke.


Khona-ke umpristi kumelwe ambheke, futhi uma utwayi lwandile esikhumbeni, umpristi akumelwe abheke izinwele eziphuzi; ungcolile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite