Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 13:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 umpristi asibheke isifo, abone uma sishonile kunesikhumba esibonakalayo; futhi kulo kukhona izinwele eziphuzi ezizacile; umpristi makasho athi ungcolile: kulutwayi olomile, uchoko ekhanda noma esilevini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 umpristi uyakubheka ibala; uma libonakala lishonile kunesikhumba, kube kulo izinwele ezincane ezimpofu, bheka, umpristi makasho athi ungcolile: kungumuna, kuluchoko lwekhanda noma olwesilevu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 umphristi uyakusihlola isifo; uma sibonakala sishonile kunesikhumba noboya bubuncane kuso, izinwele zimpofana, umphristi uyakumemezela ukuthi ungcolile: ngumuna, wuchoko lwekhanda noma lwesilevu.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 13:30
5 Referans Kwoze  

Lona ngumthetho wazo zonke izinhlobo zochoko notwayi,


Uma owesilisa noma owesifazane enesifo ekhanda noma esilevini;


Lapho umpristi ebona isifo soqweqwe, ebona ukuthi asishonile kunesikhumba esibonakalayo, kungekho zinwele ezimnyama kuso; khona-ke umpristi kumelwe amvalele onesifo sotwayi izinsuku eziyisikhombisa.


Ngosuku lwesikhombisa umpristi kumelwe abheke isifo, abone uma utwayi lungandile futhi akukho zinwele eziphuzi kuso, futhi utwayi alushonile kunesikhumba lapho ubonakala;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite