ULevitikusi 13:21 - Contemporary Zulu Bible 202421 Kodwa uma umpristi elibona, alibona, akukho boya obumhlophe kulo, futhi uma lingashonile kunesikhumba, kodwa lifiphele, khona-ke umpristi kumelwe amvalele izinsuku eziyisikhombisa. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE21 Kepha uma umpristi elibheka, kungekho boya obumhlophe kulo, lingashonile kunesikhumba, kodwa lifiphele, bheka, khona umpristi uyakumvalela izinsuku eziyisikhombisa; Gade chapit laIsiZulu 202021 Uma umphristi elihlola kodwa bungekho uboya obumhlophe kulo, futhi lingashonile kunesikhumba, kepha selifiphele, umphristi uyakumvalela izinsuku eziyisikhombisa. Gade chapit la |