Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 10:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Bheka, igazi lawo alingeniswanga endlini engcwele;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Bhekani, igazi lawo alingeniswanga phakathi endaweni engcwele; bekufanele ngempela ukuba niwudlele endaweni engcwele, njengalokho ngayala.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Igazi lawo alingeniswanga endaweni engcwele; benifanele impela ukuba niwudlele endaweni engcwele, njengalokhu ngayala.”

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 10:18
4 Referans Kwoze  

“Kepha akukho mnikelo wesono, igazi lawo elingeniswa etendeni lokuhlangana ukwenza ukubuyisana ngawo endaweni engcwele, awuyikudliwa; kumelwe ishiswe ngomlilo.


Umpristi onikela ngawo ngenxa yesono uyakuwudla; uyakudliwa endaweni engcwele egcekeni letende lokuhlangana.


Kumelwe bakudle lokho okwenziwa ngakho ukubuyisana, ukukungcwelisa nokulingcwelisa; kepha owemzini makangazidli, ngokuba zingcwele.


UJehova wakhuluma kuMose, wathi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite