ULevitikusi 10:14 - Contemporary Zulu Bible 202414 Isifuba esinyakazayo nehlombe elinyakazayo kumelwe nikudle endaweni ehlanzekile; wena namadodana akho namadodakazi akho kanye nawe; ngoba ingeyakho neyamadodana akho enikelwe eminikelweni yokubonga yabantwana bakwa-Israyeli. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Isifuba sokuzuliswa nomlenze wokuphakanyiswa niyakukudla endaweni ehlambulukileyo, wena namadodana akho namadodakazi akho kanye nawe, ngokuba kuphiwe kube yimfanelo yakho nemfanelo yamadodana akho emihlatshelweni yeminikelo yokuthula yabantwana bakwa-Israyeli. Gade chapit laIsiZulu 202014 Isifuba sokuzungeziswa nomlenze niyakuwudla endaweni ehlambulukileyo, wena namadodana akho namadodakazi akho, ngokuba kuyisabelo sakho nesabantwana bakho enisinikwa emihlatshelweni yeminikelo yokuthula yabantu bakwa-Israyeli. Gade chapit la |