Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoweli 3:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Izixuku, izixuku esigodini sokwahlulela, ngokuba usuku lukaJehova luseduze esigodini sokwahlulela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Yizixuku ngezixuku esigodini sokwahlulela, ngokuba usuku lukaJehova lusondele esigodini sokwahlulela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Yizindimbane ngezindimbane esigodini sesinqumo, ngokuba usuku lukaSimakade selusondele esigodini sesinqumo.

Gade chapit la Kopi




UJoweli 3:14
17 Referans Kwoze  

Xwayani izinja, xwayani izisebenzi ezimbi, xwayani abasikayo.


Ngiyakubutha zonke izizwe, ngizehlisele esigodini sikaJehoshafati, ngilwe nazo lapho ngenxa yabantu bami nefa lami u-Israyeli, owabahlakazela ezizweni, wahlukanisa izwe lami.


Kepha izulu nomhlaba okukhona manje kubekelwe umlilo ngalo lona leli zwi, kugcinelwe usuku lokwahlulelwa nokubhubha kwabantu abangamesabi uNkulunkulu.


Vuthelani icilongo eSiyoni, nihlabe umkhosi entabeni yami engcwele; mabathuthumele bonke abakhileyo ezweni, ngokuba usuku lukaJehova luyeza, ngokuba luseduze;


Maye ngalolo suku! ngoba usuku lukaJehova luseduze, luzafika njengokuchitha okuvela kuSomandla.


INkosi izamhleka, ngoba ibona ukuthi usuku lwakhe luyeza.


Umsindo wesixuku ezintabeni, njengowesizwe esikhulu; isiyaluyalu semibuso yezizwe ibuthene; uJehova Sebawoti ubutha impi.


Isiprofetho ngesigodi sobuso. Yini ngawe ukuthi ukhuphuke uze ufike ophahleni?


UJehova uyakuphakamisa izwi lakhe phambi kwebutho lakhe, ngokuba ikamu lakhe likhulu kakhulu, ngokuba unamandla owenza izwi lakhe; ngoba usuku lukaJehova lukhulu, luyesabeka kakhulu; ngubani ongakuthwala na?


Izizwe mazivuke, zikhuphukele esigodini sikaJehoshafati, ngokuba ngiyakuhlala khona ukuba ngahlulele zonke izizwe nxazonke.


Usuku olukhulu lukaJehova luseduze, luseduze futhi lushesha kakhulu, izwi losuku lukaJehova; iqhawe liyokhala ngokumunyu lapho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite