Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 8:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Mina nabo bonke abantu abanami siyakusondela emzini, uma bephuma ukulwa nathi njengakuqala, siyakubaleka phambi kwabo;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Mina nabantu bonke abanami siyakusondela emzini; kuyakuthi lapho bephuma ukusihlasela njengakuqala, sibaleke phambi kwabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Mina nabo bonke abantu abanami siyakusondela emzini; kuyothi lapho bephuma besihlasela, sicele empunzini njengakuqala.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 8:5
4 Referans Kwoze  

Amadoda ase-Ayi abulala kubo abantu kungathi amashumi amathathu nesithupha, ngokuba abaxosha esuka phambi kwesango kwaze kwaba seSebarimi, ababulala ethambekeni; ngalokho izinhliziyo zabantu zaphela amandla, zaba njengamanzi.


Bhekani, ngiyanithuma ninjengezimvu phakathi kwezimpisi; ngakho hlakaniphani njengezinyoka, nibe msulwa njengamajuba.


(ngokuba bayakuphuma emva kwethu) size sibadonsele ngaphandle komuzi; ngoba bazakuthi: Babaleka phambi kwethu njengakuqala; ngakho-ke siyakubabalekela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite