Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 8:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Izinkomo kuphela nempango yalowo muzi u-Israyeli wazithathela yona, njengezwi likaJehova ayala ngalo uJoshuwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Izinkomo kuphela nempango yalowo muzi u-Israyeli waziphangela khona, njengezwi likaJehova amyala ngalo uJoshuwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 U-Israyeli waphanga imfuyo nempahla kuphela, njengokuba uSimakade ayemyalile uJoshuwa.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 8:27
8 Referans Kwoze  

Uyakwenza kulo i-Ayi nenkosi yalo njengalokho wenza kulo iJeriko nenkosi yalo; kuphela impango yalo nezinkomo zalo niyakuzithathela lona; ziqamekele umuzi emva kwawo.


Angivunyelwa yini ukwenza engikuthandayo ngokungokwami? Iso lakho libi, ngokuba mina ngimuhle?


Ngokuba zingezami zonke izilwane zehlathi, nezinkomo zasezintabeni eziyinkulungwane.


Base bephuma, bona nawo onke amabutho abo kanye nabo, abantu abaningi ngangesihlabathi esisogwini lolwandle ngobuningi, namahhashi nezinqola eziningi.


Bala inani lempango eyathunjwayo, eyabantu neyezilwane, wena no-Eleyazare umpristi nezinhloko zomndeni wenhlangano.


kuphela igolide, nesiliva, nethusi, nensimbi, nethini, nomthofu,


UJoshuwa walishisa i-Ayi, walenza laba yinqwaba kuze kube phakade, ihlane kuze kube namuhla.


Kodwa sathatha zonke izifuyo lempango yemizi yaba yimpango.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite