Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 7:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 UJoshuwa wavuka ekuseni kakhulu, wasondeza u-Israyeli ngokwezizwe zakhe; kwathathwa isizwe sakwaJuda.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 UJoshuwa wayesevuka ekuseni kakhulu, wasondeza u-Israyeli ngezizwe zakubo; isizwe sakwaJuda sathathwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Ngakho-ke uJoshuwa wavuka ekuseni kakhulu, wasondeza abantu bakwa-Israyeli ngokwezizwana zabo. Kwakhethwa isizwe sakwaJuda.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 7:16
7 Referans Kwoze  

Konke isandla sakho esikufumanayo ukukwenza, kwenze ngamandla akho; ngoba akukho msebenzi, nacebo, nakwazi, nakuhlakanipha endaweni yabafileyo, lapho uya khona.


Ngiyashesha, angehluleka ukugcina imiyalo yakho.


UJoshuwa wavuka ekuseni kakhulu; basuka eShithimi, bafika eJordani, yena nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli, balala khona ngaphambi kokuba bawele.


U-Abrahama wavuka ekuseni kakhulu, wabophela imbongolo yakhe, wathatha ezimbili zezinsizwa zakhe no-Isaka indodana yakhe kanye naye, wacanda izinkuni zomnikelo wokushiswa, wasuka waya endaweni uNkulunkulu ayemtshele ngayo.


Othathwe nempango uyakushiswa ngomlilo, yena nakho konke anakho, ngokuba wephule isivumelwano sikaJehova nangenxa yokuthi wenze ubuwula kwa-Israyeli.


Wasondeza isizwe sakwaJuda; wathatha umndeni wamaSarigi; futhi waletha isizukulwane samaSarigi umuntu ngomuntu; noSabdi wathathwa.


Abantwana bakwa-Israyeli baqeda ekuseni bamisa ngaseGibeya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite