Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 6:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Kodwa uJoshuwa wathi emadodeni amabili ayehlola ilizwe: Ngenani endlini yesifebe likhuphe lapho owesifazana lakho konke alakho, njengokufunga kwenu kuye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 UJoshuwa wathi kulawo madoda amabili ayelihlolile izwe: “Ngenani endlini yesifebe, nikhiphe kuyo owesifazane nabo bonke anabo, njengalokho namfungela.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 UJoshuwa wathi kulawo madoda amabili ayekade ehlole izwe: “Ngenani endlini yesifebe, nimkhiphe owesifazane kuyo nabo bonke abakwabo, njengalokhu nafunga kuye.”

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 6:22
13 Referans Kwoze  

Ngokukholwa uRahabi isifebe akabhubhanga kanye nabangakholwanga, esamukele izinhloli ngokuthula.


Umuzi uyakuqalekiswa, wona nakho konke okukuwo, kuJehova; uRahabi isifebe kuphela oyakuphila, yena nabo bonke abanaye endlini, ngokuba wafihla izithunywa esazithumayo.


Kuphila kwami, isho iNkosi uJehova, impela endaweni yokuhlala inkosi eyambeka inkosi, esifungo sayo yasidelela, nesiphetho sayo wasaphula, yebo, uyakufa kanye nayo phakathi kweBabiloni.


Wathatha enye yenzalo yenkosi, wenza isivumelwano nayo, wamfungisa; wathatha nabanamandla bezwe.


Odelelekile emehlweni akhe; kodwa uyabahlonipha abamesabayo uJehova. Ofungayo kokwakhe angaguquki.


Kodwa inkosi yamyeka uMefibosheti indodana kaJonathani indodana kaSawule ngenxa yesifungo sikaJehova esasiphakathi kwabo phakathi kukaDavide noJonathani indodana kaSawule.


Inkosi yasibiza abaseGibeyoni, yathi kubo: (AbaseGibeyoni babengesibo abantwana bakwa-Israyeli, kodwa bensali yama-Amori; abantwana bakwa-Israyeli bafunga kubo; uSawule wazama ukubulala ngokushisekela kwakhe. Kubantwana bakwa-Israyeli noJuda.)


UJoshuwa wenza ukuthula nabo, wenza isivumelwano nabo ukubayeka baphile; nezinduna zebandla zafunga kubo.


Izinsizwa ezaziyizinhloli zangena, zamkhipha uRahabi, noyise, nonina, nabafowabo, nakho konke anakho; bakhipha zonke izizukulwane zakhe, bazishiya ngaphandle kwekamu lika-Israyeli.


Lapho ebabonisa indlela yokungena emzini, bawuchitha umuzi ngosiko lwenkemba; kodwa bamdedela lowo kanye nomndeni wakhe wonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite