Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 6:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Kwathi ngokwesikhombisa abapristi sebevuthela amacilongo, uJoshuwa wathi kubantu: “Khamulukani! ngoba uJehova uninikile umuzi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Kwathi ngokwesikhombisa abapristi sebebethile amacilongo, uJoshuwa wathi kubantu: “Khamulukani, ngokuba uJehova uninikile umuzi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Lapho sekungokwesikhombisa, abaphristi sebewashayile amacilongo, uJoshuwa wathi kubantu: “Memezani kakhulu, ngokuba uSimakade uwunikele kini lo muzi.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 6:16
6 Referans Kwoze  

Base bekhamuluka abantu bakwaJuda, abantu bakwaJuda besakhamuluka, uNkulunkulu wahlula uJerobowamu no-Israyeli wonke phambi kuka-Abiya noJuda.


Lapho bebetha uphondo lwenqama isikhathi eside, lapho nizwa ukukhala kwecilongo, bonke abantu bayakukhamuluka ngokukhamuluka okukhulu; ugange lomuzi luyakuwa, abantu bakhuphuke, kube yilowo nalowo phambi kwakhe.


Ngosuku lwesikhombisa bavuka ekuseni kakhulu, bawuzungeza umuzi kasikhombisa ngendlela efanayo; kodwa ngalolo suku bawuzungeza umuzi kasikhombisa.


Lapho uJuda ebheka emuva, impi yayingaphambili nangemuva, bambiza uJehova, abapristi babetha amacilongo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite